Inkolelo ngamatattoo

Kungaba yihlazo uma kungathiwa esikhathini samanje kusenabantu ababambelele ezinkolelweni zakudala abangafuni nhlobo ukufunda ngezinto ezintsha. Indlela yokuphila isihlukile kakhulu kunaphambilini, lokhu kwenziwa ukuthi siphila nabantu abahlukene, abakholelwa ezintweni ezingafani kanye nabenza ngendlela engafani nabanye. Ekuqaleni bekuyinto engajwayelekile ukuthi indoda iluke ekhanda, igqoke amacici noma yenze izinto ezaziwa njengezabe simame kepha manje amadoda aseyakwenza lokho. Ngisho … Read more