Ukuqinisa umuzi

Njengoba sihlale sizwa ngokukhunkula nokuthakatha ngabadala, uma kuzokwakhiwa umuzi, kuyaye kuqiniswe isiza esibekiwe, siqiniswa inyanga belu. Ngaphambi kokuba kuqale ukwakhiwa, usokhaya unxusa inyanga izoqinisa isiza leso okuzokwakhiwa kuso, uza nayo sekuhlwile afike ayikhombise amagumbi omuzi, isibaya kanye nesango lokungena kulomkhaya, bese inyanga lena belu ifake izikhonkwane ibethela umuzi iwuqinisa. Inhloso yokubethela eyokuvikela umuzi kubathakathi, ukuvikela … Read more