UClive Barker

U-Clive William Barker, igama lakhe lesidlaliso u- “The Dog” wazalwa ngomhlaka-23 Juni 1944 eThekwini. Unconywe njengomqeqeshi ophumelele kakhulu eqenjini lebhola lezinyawo laseNingizimu Afrika iBafana Bafana emlandweni. Ithemba likaClive Barker elingapheli kanye nekhono elihle lokugqugquzela kungabongwa ngokuletha iqembu lesizwe lebhola likanobhutshuzwayo elanqobayo kwi-African Nations ‘Cup ngo-1996. Bambalwa abazowukhohlwa umzuzu womlingo lapho ukaputeni weqembu uNeil Tovey ephakamisa … Read more