Ukuzithanda nokuzilungisa

Impilo isishintshe kakhulu uma ubheka izindlela zokuzilungisa nokubukeka umuhle. Inqephu (fashion), ukulungisa ikhanda (hairstyle), ukugqobhoza (piercing), amatatto kanye nemakeup sekuwusiko mpilo olusemgangathweni esikhathini samanje. Sekuyimvela kancane ukubona umuntu ongakwenzile noma okukodwa kwalezi zinto emzimbeni wakhe. Ake sibheke ukubaluleka noma ukuba sesitayeleni kwalezi zindlela zokuzilungisa kakulukazi kubantu abasha. Ezokuxhumana ikakhulukazi YouTube, Instagram, no Facebook ilapho intsha … Read more

Ukuziqopha: Tattoo

Inkulu indaba ngomdwebo wesimanje othandwa kakhulu yintsha emnyama yase Ningizimu Afrika ebizwa ngokuthi ama “Tattoo”. Izinto ziyashintsha ngokuhamba kweminyaka, lana kungaba ukushintsha kwesiko, ukushintsha kwemfashini yokugqoka nokwenza mase kuba ukushintsha kwendlela okuphilwa ngayo nje. Kulena yokuziqopha nokuzidweba kwesimanje amatattoo abantu banemibona eyehlukene ngayo futhi nokho ke yinto ejwayelekile ukuthi abantu bahlukane ngembono ezintweni ngoba phela … Read more