USolwazi Philda Nomusa Nzimande

USolwazi Philda Nomusa Nzimande (ozalwa uNdlovu) uzalelwe eNtukuso e-Camperdown, KwaZulu-Natal, lapho athola khona imfundo yamabanga aphansi. Ngo-1961 waqeqeshelwa ukuba ngumhlengikazi jikelele nanjengombelethisi ngo-1963 esibhedlela i-McCord, eThekwini. Eminyakeni eyishumi nantathu kamuva, ngo-1976, uNomsa Nzimande wasungula ikolishi labahlengikazi. Waqhubekisela phambili izifundo zakhe emkhakheni wesayensi yobuhlengikazi futhi wathola iziqu ezinhlanu, kubalwa neziqu zokuqala ze-Masters ezanikezwa umhlengikazi omnyama waseNingizimu … Read more

Prof Philda Nomusa Nzimande

Prof Philda Nomusa Nzimande (born Ndlovu) was born at Ntukuso in Camperdown, KwaZulu-Natal, where she received her primary education. In 1961 she qualified as a general nurse and as a midwife in 1963 at McCord Hospital, in Durban. Thirteen years later, in 1976, Nzimande established a nursing college. She furthered her studies in the field … Read more