Tag Archives | People

Zakeria Mohammed Yacoob

Judge Zakeria Mohamed Yacoob overcame physical, political and social obstacles to become one of the country’s sharpest legal minds. Zac – as he is better known – became blind at the age of sixteen, months after contracting meningitis. But the disability did not deter him from reaching the pinnacle of success – appointment as a […]

Continue Reading

Vuka Tshabalala

There was little scope for blacks to practice law during apartheid but this did not deter Vuka Tshabalala from pursuing a legal career. His determination paid off, as today he has served as the Judge-President of Kwa-Zulu Natal from 2000 – 2010. Since April 2012, he has been the Vice-Chancellor of the Durban University of […]

Continue Reading

Uncle Lenny

Retired whaler. Wills Rd, Berea. Shaded by a large Syringa tree, Uncle Lenny’s house in Wills Road provides a refuge from the urban environment.  A thick hedge hides a secluded garden while dappled sunlight filters onto a Durban verandah.  The illusion of peace is tempered by the realities of this inner city neighbourhood.  Taxi owners […]

Continue Reading

Umlando Wezindawo Ezadliwa Ngabamhlophe Ngempi Yamakhanda

Impi Yamakhanda yaliwa njengoba kwaziwa ukuthi yaliwa izwe lonke laKwaZulu kodwa kwagcina kuwine amaNgisi lapho aqala ukuthi ashaye imithetho yawo. Babezidla izindawo zamanye amakhosi bazinike amanye bhusende njengendawo kaLubhudlungu kaFaku. Enye ayidabula ayinikeza abamhlophe ukuba bayenze amapulazi. Wagcina ebanjiwe uLubhudlungu waboshwa, wakhothamela ejele. Abanye esingababala abahlomula ngaleyondawo ngabakwaSibisi, abakwaSithole nabakwaNgobese. Indawo yakaGezahlale noma Hlazakazi yona […]

Continue Reading

Umlando Wesibongo sakwaMabhida

UMabhida wayezalwa kwaMkhize. Kwakunensizwa yakwaMkhize egama linguDlebe. Yayakhe umuzi wayo eNgomankulu. Kodwa wenza okungajwayelekile okwayiholela ekutheni igcine isithole isibongo esisha. UMadlebe waganwa intombi yakwaMkhize naye enguMkhize, lokho kwamenza wangabamuhle ozalweni nasemphakathini. Lokhu kwenza ukuthi bamkhuze bethi, “Ayikhona Mkhize usubhide ekhaya.” Waqala kanjalo ukuba uMabhida. UMadlebe wazala umfana wamqamba igama wathi uStimela, okuwuyena uMabhida wesibili. Kuthiwa […]

Continue Reading

Umlando Wesibongo SakwaQwabe

Isibongo sakwaQwabe sivele egameni lenye yamadodana kaMalandela, uQwabe. UQwabe wayelanywa nguZulu okwenza imilando yabo ifane. Njengazo zonke izelamani kwaba khona ukungaboni ngaso linye ngokubhekwa kwemfuyo yasekhaya ngoba uQwabe wayekhonze kakhulu ukuzingela engenaso isikhathi sokubheka imfuyo nezinye izinto zomndeni, okwenza ukuthi izinto eziningi zomndeni zenziwe nguZulu owayemncane kunoQwabe. Ngenxa yalokhu uQwabe ushiyile ekhaya waya kozakhela umuzi […]

Continue Reading