U-Obed ‘3’ Gumede
Ngemuva kokushona kukababa wakhe esemncane, u-Obed Gumede owaziwa ngo-‘3 ‘wayeka isikole waqala ukusebenza esemncane kakhulu. Wathola umsebenzi egatsheni lase-Kings Sports ku-West Street, lapho athola khona ithuba lokwazi ngezinhlobonhlobo zezemidlalo; eneminyaka engu-20 wayelokhu eqhubeka nothando lwesibhakela. U-Obed waqeqeshwa ngaphansi kuka-Moffatt Ngcobo no-Tommy Goqo e-Boxing Merebank Gym, waba ngumshayisibhakela okhokhelwayo ngo-1960. Waphumelela esigabeni se-Lightweight, okwagqamisa kakhulu emsebenzi … Read more