UMlungisi ‘Professor’ Ngubane

UMlungisi Raphael “Professor” Ngubane wazalwa ngomhlaka-20 Febhuwari 1956 eThekwini ungumdlali webhola wakudala waseNingizimu Afrika futhi owayengumqeqeshi weqembu i-National First Division iThanda Royal Zulu futhi njengamanje ongumqeqeshi omkhulu we-Cape Town All Stars. Phambilini uke waqeqesha i-Durban Bush Bucks, i-Maritzburg United, iBush Bucks, i-Black Leopards ne-Namibia phakathi kwezinye. Iminyaka eyishumi nanhlanu ne-Bush Bucks namaZulu FC. “Ngesikhathi ngisemncane … Read more