Umongameli Ramaphosa wamukela ubukhosi buka Misuzulu
Umongameli wakuleli uMnumnzane Cyril Ramaphosa uveze ukuthi uyakwamukela futhi uyakweseka ukubekwa kweSilo esisha sakwaZulu iNkosi uMusizulu njengomholi osemthethweni wasifunda. Ngomhlaka 16 Mashi 2022 ngokomthetho sisekelo wakulelizwe “Section 8(3)(a) and (b) of the Traditional and Khoi-San Leadership Act, 2019” uMnumzane Ramaphosa wamukele ukuhlala esihlalweni sobukhosi kuka Misuzulu Sinqobile Zulu njenge Nkosi yaMaZulu. Lokhu kulandela emva kokuba … Read more