ULt-Gen Vejaynand Ramlakan

ULieutenant General Vejaynand Ramlakan, odume ngelika ‘Vejay’, wazalelwa eThekwini ngo-1957. Waqala ukufunda eThekwini futhi wenza umatikuletsheni e-Naidoo Memorial High eMkhomazi ngo-1974. Wathola iziqu zobudokotela eziyisisekelo e-University of Natal ngo-1980. Ube negalelo emazingeni amaningi omphakathi impilo yakhe yonke, kusukela kusishoshovu sezinyunyana, udokotela, isikhulu se-ANC esingaphansi komhlaba, ibutho loMkhonto weSizwe kuya ekubeni yisosha emkhakheni wezempi. Ukukhula ngesikhathi … Read more

Lt-Gen Vejaynand Ramlakan

Lt-Gen Vejaynand Ramlakan, popularly known as ‘Vejay’, he was born in Durban in 1957. He started schooling in Durban and matriculated at Naidoo Memorial High in Umkomaas in 1974. He obtained his basic medical degrees from the University of Natal in 1980. has contributed to many levels of society throughout his life, from a trade … Read more