Ukubaluleka Kokuzithoba

Isisho esithi ‘umuntu ngumuntu ngabantu’ isisho esidumile futhi isisho esithandwa kakhulu abantu abamnyama, ikakhulukazi thina bantu besizwe sakwaZulu. Lesi sisho ngiyasithanda ngoba sibhangqa wonke umuntu, asisho ukuthi isigwili, isahlupheki, ingane, omnyama, omhlophe, owesilisa noma owesifazane ngumuntu ngabantu kodwa sithi umuntu ngumuntu ngabantu. Lesi sisho ke sizala ingqikithi yokubaluleka kokuzithoba. Ukuzithoba ke akuyona into ejulukisa umhlane … Read more