Umlando Wokuhlukana Kwabantu BakwaNzama noChamane
Sibe nengxoxo no Mama Nomusa Maphumulo ohlala endaweni yaseNanda eCongo, uzalwa intombi yakwa Nzama usixoxele ngokuhlukana kwesibongo sakwaNzama noChamani. Ezikhathi zakudala kwakuvamise ukuthi kube nempi yezigodi okwakwenzeka kuliwe ngoba kubangwa ubukhosi kanye nabantu. Naliphi inqadi laliba nezinsizwa ezikhethelwa impi ekuyothi mhla impi iyohlangana zikhishwe izinsizwa ukuyolwa. Izingane nomama babesala emakhaya bazilungisele ukucasha uma sihlulwa isigodi … Read more