Izangelo

Izangelo lezi izidlaliso lezi eziqanjwa ingane uma isanda kubelethwa unina wayo. Lokhu usuke enzela ukumthuthuzela noma ukumthulisa uma ekhala noma uma efuna ukumlalisa. Uma izangelo lezi eziqamba unina womntwana kuyenzeka aziqambe ngobekwenzeka ngenkathi esazithwele, njengobunzima akabuthole ngenkathi esazithwele noma ke, kwesinye isikhathi aziqambe ngenjabulo akayithole emva noma ngokulethwa komntwana emhlabeni. Uma lomlobokazi endele esithenjini, umntwana … Read more