Tag Archives | intsha

uZoliswa Mchunu, phakathi nendawo kanye nabakhaphi bakhe ngosuku lomemulo

Umemulo kaZoliswa Mchunu

Sesike saloba kaningana ngentokazi yakwaMchunu ethanda usiko, uMichelle kule-website. Kuloku le ntokazi isichicelele ngezithombe nangama-video yomemulo eyenzelwe abazali bayo, beyibonga ngokuthi igcine ubuntombi bayo yaze yaphuma eminyakeni yobusha. Ngike sengithatha ithuba, ngabuza imibuzo ngenhloso yokuqonda kabanzi usuku lwayo ukuze ngishicelele lapha, kufunde nabanye, bathole ulwazi. Nalu uhlelo lwe ngxoxo yethu. Ngicela usiphe ulwazi kabanzi ngokuthi […]

Continue Reading