iMpucuzeko Maskandi Festival

Umfoka Mcineka ubeziqhathe phansi enkundleni  i-People‚Äôs Park kwelika Bhanana eThekwini kwi Mpucuzeko Festival, okuwumdlalo womculo kamasikandi waminyaka yonke. Lomcimbi uhanjelwa izinkumbi zabantu zamaqembu ahlukene ka Maskandi, njengoba nakulokhu bebebaningi ukudlula izimpethu zendlovu. Okugqame kakhulu ngalomcimbi odume ngendebe yomhlaba yamaciko kaMaskandi ubuhle bengqephu yabalandeli bamaqembu amaskandi, okubalwa kubo abalandeli ba Amageza Amahle abebephume ngobuningi, abalandeli baka … Read more