Ukuzila noma ukuhlonipha kukamakoti emzini
Sixoxisane noGogo wakwaZungu ngadlula kukhona ngesikhathi engumakoti osemncane. Usixoxele ngahlangabezana nakho ngesikhathi eganela emzini wakwaGwala. Uthi ngesikhathi sabo besakhula kwakuyihlazo elikhulu ukuthi insizwa noma intombi ize ihlanganise iminyaka engamashumi amabili ingaganile noma ingaganiwe. Bekujwayeleke ukuthi umuntu uma eneminyaka eyishumi nesithupha abe eseganile. Uma kwenzekile wadlula kulesikhathi ekufanele ngabe sewugana ngaso umndeni ubuhlangana kucutshungulwe ukuthi ngabe … Read more