Ezimpohlweni kwaMashu

Kuyihlaya khona ukuthi abanye amagama asuselwa ezidlalisweni thizeni zabantu abahlala kuleyo ndawo. Izindawo eziningi eThekwini ziqanjwe ngamagama abantu ababe nomlando othile khona njengoMashu oqanjwe ngomnumnzane uMarch, ezinye ziqanjwe ngamagama emvelo njengawo umfula uMlazi njalonjalo. Kepha ke eyaseZimpohlweni isuselwa ekutheni umuntu uyimpohlo. Impohlo nje ngamafuphi indoda engaganiwe eziphekelayo, eziwashelayo iphinde izihlanzele yona indlu. Phela kuyaziwa ukuthi … Read more