Dumakahle
Ngabe asibenzi ubulungiswa uma sidingida ezikaMaskandi singalithinti igama likaDumakahle. Phela lensizwa efike endimeni yomculo inganakekile kodwa bathe bevusa amehlo ontanga yakhe wabe esephakathi esephethe inhloko nesixhanti kulomculo. UDumakahle amagama akhe aphelele uMpilo Seluleko Nkosi. Kanti ke uzalwa intombi yakwaMasondo, ezinganeni zakwabo ungowesithathu ezinganeni ezine. Amabanga aphansi uwafunde eMadamu Primary School, ababanga aphakeme uwavunde eNgoje kanye … Read more