IDrip Footwear

Ingqephu yinto yakhona nje kwelikaBhanana. Empeleni nje akusikhona eThekwini kuphela la abantu bakhona abazifelayo khona ngengqephu kodwa umhlaba wonke nje jikelele! Kodwa ke okuqaphelelisekayo ukuthi abantu abathanda ingqephu bagqoka kakhulu izimpahla zaphesheya kwezilwandle. Lezimpahla kuba ilezi eziduma kakhulu ezifana noLouise Vuitton, Gucci, Versace kanye namanye amagama adumile endimeni yezengqephu. Ngisho nasezinyaweni kukancane ukubona abantu begqoke … Read more