UDokotela Imtiaz Sooliman
UDokotela Imtiaz Sooliman wazalelwa e-Potchefstroom, e-North West. Uqale izifundo zakhe e-Potchefstroom, wadlulela e-Sastri College eThekwini ngo-1978. Wathola iziqu zobudokotela e-University of Natal Medical School ngo-1984. U-Imtiaz Sooliman unguMsunguli, uMqondisi kanye noSihlalo we-Gift of the Givers (Waqful Waqifin Foundation). Ngesikhathi esengumfana omncane, uDkt Imtiaz Sooliman wakhulela esitolo somndeni wakhe e-Potchefstroom ekhonza, lapho ubaba wakhe asiza khona … Read more