UDokotela Balkrishna Morarjee

UDokotela Balkrishna Morarjee wazalwa ngomhlaka-1 Agasti 1948. Uyisishoshovu sabantu abacindezelwe, ababhekelwa phansi nabakhubazekile, konke lokhu kwenziwa ngesikhwama sakhe semali nangokuzinikela. Usiza izinhlangano ezizimele zabantu abangaboni emehlweni, ezifundazweni nakuzwelonke, ekumiseni ingqalasizinda, kanye nezinhlangano zethenisi yetafula phecelezi i-table tenis. Ukuzinikela ngaso sonke isikhathi ukukhuthaza abantu abantulayo abancane nabadala. Njengamanje ungumphathi nomqeqeshi wezobuchwepheshe weqembu le-KZN Disable Table Tennis … Read more