Imidlalo yomphakathi yakwaKwaMashu

Inyanga ka Juni inyanga yentsha, lokho kusho ukuthi nezinhlelo zika hulumeni kanye nezinhlaka zakhe zibe nezinhlelo ezithinta intsha. Intsha eningi ezindaweni zasemalokishini izibandakanye nezidakamizwa lokhu okwenza kubekeke engathi ngeke ibe nakusasa ngoba phela ayikho impumelelo ephuma ekusebenziseni nokudla izidakamizwa. Ingakho ke nje abaholi basendaweni yaKwaMashu namaphethelo behlele imidlalo ehlanganisa intsha nabantu abadala. Lemidlalo kubalwa kuyona … Read more