UMbhishobhi Rubin Phillip

UMbhishobhi Rubin Phillip wakhulela endaweni eyayinobu phofu yase-Clairwood lapho azalelwa khona ngo 30 Mashi 1948 emndenini ongakholwa. Lapho eneminyaka engu-16 ubudala UMbhishobhi Rubin Phillip wayeya e-St Michaels Church e-Merebank lapho ahlangana khona nomkakhe eqenjini lentsha, uRosemary Phillip owashada kamuva futhi waba namadodana amabili. Lapho eneminyaka engu-23, wanquma ukuthi wayefuna ukuba ngumfundisi ogcotshiwe eSontweni LaseSheshi. Wangena … Read more