Amabutho akwaZulu
Njengoba sazi ukuthi uZulu ubelwa izimpi emandulo, bekunamabutho abuthwe yinkosi okuyiwona ayedla amafokazana ngejozi empini. Kuleli khasi sithi qaphu ngawo lama butho akwethu namakhosi ayengaphansi kwawo. Kukhona ke nokudideka okuncane ngamanye amabutho njengoba amanye ayethathwa amakhosi athile kwamanye, noma ayengenwa yinkosi ethile emva kokukhothama kwenye. AweNkosi uSenzangakhona AweLembe eleq’ amalembe Iwombe (uMbelebele) UFasimba IziMpohlo … Read more