I-Afrika Day III
Umlando wethu uma singawubungazi ngendlela yethu siphinde silobe ngawo, bakhona abazokwenza lokho umehluko nje ukuthi uzobe usunongiwe ungasesilo iqiniso. Ingakho kubalulekile ukuthi kuhlezi kukhulunywa futhi kwenziwa imigubho ukukhumbula izinsuku ezifana nayo i-Afrika Day ukukhombisa la esisuka khona ukuthi inde kangakanani indlela esihanjiwe nokuthi kusekude kangakanani la esiya khona ngoba phela lisephansi igeja. Sikuvezile kulawa amanye … Read more