I-Afrika Day II

Sesikuyo le yomlando wokubungazwa kosuku olubizwa ngokuthi i-Afrika Day. Lengqungquthela yahlongoza ukuthi kube khona usuku lwenkululeko yase Afrika olubizwa ngokuthi i-African Freedom Day, lolu okuwusuku oluzobungazwa unyaka nonyaka likhombisa amava ayaphambili alethwa inhlangano yenkululeko ebizwa ngokuthi i-Liberation Movement, kanye nakho ukukhombisa ukuzibophezela kwabantu base Afrika ekuzikhululeni emaketangweni okuhlukunyezwa kanye nokucindezelwa. Lengqungquthela yaba umhlahlandlela wokuthi kuhlangane … Read more