2021 Durban July
Unyaka nonyaka ziyagezelana kwiDurban July okungumuqhudelwano wamahhashi. Lomdlalo wamahhashi uletha izivakashi eziningi eThekwini ngenxa yokuthi usezingeni lomhlaba kanti futhi kusuke kudliwe nengqephu abantu bebahle bedelile. Okwehlukile kulonyaka kuneminyaka eyedlule ukuthi kulokhu ngenxa yesimo seLockdown/COVID-19 abantu abakwazanga ukuthi bezobungaza baphinde bazibonele bukhona amahhashi egijima. Kepha kube khona laba abaqhudelana ngamahhashi nedlanzana nje Labantu. Kodwa ke lokhu … Read more