Ulwazi Fieldworkers: October

While the topics covered by our fieldworkers this month were wide and varied, the majority of the stories had a dominant theme, that of performance art. Whether it’s a poem bemoaning the prevalence of gender-based violence in South Africa, or a recording of young children singing songs while they play traditional games, Zulu speakers celebrate … Read more

Ukuhuba NgesiZayoni

Amahubo ngesiZayoni Amabandla aseZayoni adume kakhulu eNingizimu Afrika ngendlela ahlabelela ngayo nangomndlandla wawo. Kuba lula ukuhlukanisa amalungu asebandleni laseZayoni ngendlela ashuna ngayo izingoma noma ngabe zijwayeleke kangakanani. Lana ngaphansi siqukethe umqopho webandla laseZayoni elizinze eMgababa licula ikhorasi le ngoma ethi: Njengendluzela Ilambele Amanzi, eyaziwa kakhulu amakholwa aseNingizimu Afrika. Balalele ngezansi bethi nje kanjalo “umoya wami ulambele … Read more

Imibuzo Yabantu / Community Questions

Below are the some of the questions that Ulwazi has received lately. Please feel free to contribute any information you might have in the comments section below, by first saying the question number, and then your answer/s. The more people who contribute to the discussion, the more our knowledge will grow! Questions: Bengifisa ukwazi mayelana … Read more

Ihubo

Ihubo Kulengosi, ngikubeke kwasobala ukuthi siveza imibukiso yokwenzeke ngenkathi kunehlambo emzini wako Sothole, lana ke siveza amahubo abehutshwa kuwo lomcimbi. Ukuhuba lokhu njengokushaya ushameni enye yezinto esiziqhenya ngakho thinandlu kaSenzangakhona. Ngike ngakubalula futhi ukuthi ngitshengisa imibukiswano etshengisa ngqo! obekwenzeka ekhaya, lana kuvela imibukiso emibili kuhutshwa izinsizwa zeneme, ngithi nawe sina uzibethele ubuke ubuhle bonyawo lukaZulu … Read more

Ihubo lakwaLanga

Thina sizwe sakwaLanga njengayo yonke imizi yamaZulu noma yesiZulu sinamahubo asekhaya. Amahubo lawa ahutshwa uma kukhona umgido wesintu okhona noma imicimbi yasekhaya ekhona. Noma nginganalo ulwazi kahle ukuthi amahubo emizi aqanjwa kanjani noma kwenzeke ziphi izigameko, kodwa nginalo ulwazi olugcwele lokuthi yonke imizi yesizwe sikaPhunga noMageba sinawo amahubo asekhaya abacikoza ngawo uma kukhona udwendwe noma … Read more

Indumiso

Kule-video engezansi sithola intokazi yaseMkhomazi idumisa ngamahubo aziwa kakhulu emasontweni aseNingizimu Afrika. Amahubo ewaculayo: Uyanaka uJesu Lapho ngiphela amandla x2 (Leli ihubo laduma kakhulu ngomculi weGospel, u-Andile Mbili) Ngithanda ukuqala la, Ngibongi igama Lakhe Zincane izibongo zami, Wangithenga ngegazi Lapho ngalena lukhul’ udumo Lwakhe (Leli ihubo elidala elijwayekile emasontweni amaningi aseNingizimu Afrika) Video context The … Read more