Izithakazelo ZakwaMajola

Ndabezitha wakwaMacingwane
Nina baseMaChunwini khona len’ enhla
Majol’ omkhulu
Owajol’ inkomo yakwaNobhengu
Weqa nayo phesheya koMzimkhulu
Macingwan’ owadabuka kusondibilishi
KaMamantis’ isalukazana soMsuthu
Phakade eseNgonyameni
Mchunu!
Dladlama mfokaMajola
Ntube mtakaMajola
Nontshinga
Ngqulunga!
Macingwan’ eseNgonyameni
Gama

English Summary
These are clan praises of Majola surname.

By: Mbusiswa Zuma
Reference: Izithakazelo Nezibongo ZakwaZulu

Leave a Comment