Izithakazelo ZakwaBiyela by Ulwazi Programme Ntshangase! Menziwa! Wena kaGala kaNodade Nin’ enibiya ngenkomo abanye bebiya ngamahlahla Nin’ enasindis’ uZulu Ezobulawa yindlala ngoNandi Nina bakaSitambi kaMasiphula. By: Mbusiswa Zuma