Izithakazelo ZakwaBiyela

Ntshangase! Menziwa!
Wena kaGala kaNodade
Nin’ enibiya ngenkomo abanye bebiya ngamahlahla
Nin’ enasindis’ uZulu
Ezobulawa yindlala ngoNandi
Nina bakaSitambi kaMasiphula.

By: Mbusiswa Zuma

Leave a Reply