Izingoma Zokuhlukanisa Unyaka

Ngomhlaka 31 Disemba minyaka yonke kuba nezingoma ezivotelwa ukuba eyodwa yazo ihlukanise unyaka. Iningi labantu lithamela uKhozi FM ukuzwa ukuthi iyiphi ingoma ezodla umdlanganiso. Abalaleli babanethuba lokuvotela izingoma amazithandayo ohlwini lweTop 10.  

Izingoma ebezihamba phambili nebezivotelwa kulonyaka ka-2021 ilezi:

  • Adiwele- Young Stunna, Kabza de Small
  • Osama- Zakes Bantwini, Kasango
  • Khula- Gallo no Bell, Nisani
  • Ghanama- Makhadzi, Prince Benza
  • Izolo- DJ Amphorisa, Tyler ICU, Visca, Madumane, Mpura, Daliwonga
  • Uthando lwami- Amasiblings, DJ Mngadi
  • Asibe Happy- Kabza de Small, DJ Maphorisa, Ami Faku
  • Isibani- DJ Hlo, DJ Manzo SA, Siboniso
  • Umuzi eSandton- Big Zulu, Lwa Ndlunkulu
  • Wena Nkosi Uyazi- Jumbo
SABC Ukhozi FM

Iningi lalezi zingoma ziyathandwa futhi bezidlalwa kakhulu kanti ezinye zazo ziwine nama awards. Kepha kuqopheke umlando ngesikhathi kuwina ingoma ka DJ Hlo esihloko ‘Isibani’. Yize lengoma kade isohlwini la Top 10 abantu abaningi baveze ukumangala nokungayazi lengoma edle umhlanganiso.

Ezinkundleni zokuxhumana (Twitter) abantu baveze imibono eyahlukene ngokudla umhlanganiso kwalengoma.

Article Overview

On the 31st of December most people tuned into their radios for the song of the year. Ukhozi FM has been leading on this regard with more people tuning in to listen to their Top 10. This year they surprised their listeners when the song of the year seemed to be unknown to many of them. As much as the song by DJ Hlo was part of the Top 10 list, many people on social media expressed their shock and confusion as to how a largely unknown song could be number one.

Leave a Comment