Below are the some of the questions that Ulwazi has received lately. Please feel free to contribute any information you might have in the comments section below, by first saying the question number, and then your answer/s. The more people who contribute to the discussion, the more our knowledge will grow!
Questions:
- Bengifisa ukwazi mayelana nesibongo sakwa Jiyane ukuthi sixhumene yini nesakwa Magubane noma lo Jiyane olana ezithakazelweni zethu uyigama nje lomunye? Izithakazelo zakwaMagubane
- Kuchazani ukuphupha uthi uzama ukwenza utshwala besintu kodwa wehluleka ukubenza ngendlela? (Umbuzo ophuma kuFacebook)
- Ukhona owaziyo amahubo esibongo sakwaShabalala? (Umbuzo ophuma kuFacebook)
Ngabe zikhona izimpendulo ozaziyo?
Ulwazi Programme
Benicia ukwazi ngomlando wakwaZungu. Ubaba ongizalayo wathi ukhokho wethu uVumbukani. Angiwazi-ke umlando ka-Vumbukani ngoba ubaba ongizalayo uJeremiah Thomas Zungu wazalwa eSeaview ngo-1905
Cofa lapha ukuthola impendulo Izithakazelo Nomlando wakwaZungu