Umlazi

Umlazi is the biggest township in KwaZulu-Natal and the second biggest in South Africa after Soweto. In 1967 it was established as a black township under the apartheid government and was one of the places where many of those removed¬† from Cato Manor (uMkhumbane). Now free of the oppression that defined life under apartheid,¬†Umlazi is … Read more

Mzumbe Omuhle

Kulempelasonto ephelile ngike ngavakashela indawo yakwaNdelu, eMzumbe, lapho kwazalelwa khona ubaba wami. Ngagcina ukuvakashela le ndawo ngonyaka ka-2010 ngenkathi sizongcwaba ubaba. Ngangineminyaka eyishumi nanhlanu kanti nangaleso sikhathi sizongcwaba sahlala usuku olulodwa. Bengiqala ukuthola ithuba lokubhekisisa le ndawo lapho kwakhula khona umzali wami. Njengomuntu okhulele elokishini nasedolobheni, indawo yasemakhaya bengiyibuka njengendawo embi engahaleleki futhi ekude nempilo … Read more

I-Durban City Hall: Ibhilidi elinomlando onothile (source: Amandla Durban)

source: Amandla Durban Ukwakhiwa kwalesi sakhiwo kwaphothukwa cishe eminyakeni eyikhulu edlule futhi ngenxa yalokhu ukube siwumuntu ngabe siwufakazi oqanda ikhanda wawo wonke umlando weTheku nowezwe lonke, njengoba iNingizimu Afrika iqale ngokuba ngamakoloni amane aseBhrithani yadlulela ekubeni yiNingizimu Afrika eBumbeno (Union of South Africa) kwaze kwafika lesi sikhathi lapho isiyiRiphabhlikhi yaseNingizimu Afrika. Belikhona leli hholo izwe … Read more

Umlando Womfulo UMam’omhlophe, Enanda

Umfula uMam’ omhlophe, umfula owaqanjwa ngabantu abamnyama. Lomfula uhlukanise indawo yase ziMangweni kanye neMatikwe, eNanda. Indawo yase Matikwe, eCongo yizindawo ezinomlando kanye naseziMangweni. Lapha kulezindawo ezikhathini zakudala kwaku naMaNdiya kanye nabantu abamnyama behlala ndawonye. AMaNdiya eyenezitolo ezinkulu ekwakuthengwa kuzo kanye nezindawo zokulima. Kanti amanzi ayekhiwa kuwo lomfula ngabantu baseMatikwe kanye nabantu abavela eCongo. Abantu bakulendawo … Read more

Umlando wendawo yaseTafuleni, eNanda

ETafuleni yindawo yaseNanda, eyindawo yasemaphandleni. Abantu bakhona banezindawo ezinkulu bayalima kanti kunanezimoba. Ngibe sengiba nengxoxo noGogo Louise Sithole ohlala khona eTafuleni osixoxele ngokuqanjwa kwalendawo. Wazalelwa endaweni yaseXobho ngonyaka ka 1940 ngo June 19. Endaweni yaseNanda walethwa ngumsebenzi wafikela endaweni yaseNtuzuma. Njengamanje uhlala eTafuleni emzini owayehlala namaNdiya khona. Uthi amaNdiya ayehlala nawo asuswa ngumasipala. Uthi umuzi … Read more