History of Duma Surname

The surname Duma comes from the place called KwaDumisa where Duma people used to fight with lions and win. The word Duma means ‘famous’. Now, you can find Duma people everywhere. Duma praises Duma, Mthombeni, Ulwandl’ olungawelwa,Oluwelw’ izinkonjane, Zon’ ezihamba phezulu,Abangongoloz’ abaphekwa netshe,Itshe lavuthwa kuqala, basala bona. IsiZulu Summary Isibongo sakwaDuma sitholaka endaweni yakwaDumisa lapho abantu bakhona … Read more

Kusadliwa Ngoludala Ngezikhathi ZikaKhisimusi

Ukukhulela emakhaya bese kuba nezohlobo ezindaweni ezisemadolobheni njengaseThekwini umuntu esakhula kwakuyinto eyidumela ngoba kwakwaziwa ukuthi uma sekuyizikhathi zamaholidi sizohamba siyovakashela izihlobo zethu. Kwabaningi lokhu kwakufana nento enkulu empela. Ngokwesintu kubalulekile ukuthi nivakashele izihlobo zenu, thina sasivakeshela komalume lapho kuzalwa khona umama kakhulu. Kuyayekuthiwe siyodla amasi ngoba phela kwakwaziwa ukuthi uma umuntu eya komalume kumele afike … Read more

Izithakazelo ZakwaSithole

Jobe! Mondisa! Phumela phandle ngoba kufudumele Matshana! Mhlakaza nhlansi zingamshisi Ziyoshis’ abalondolozi Maphitha! Mthembu waseGubazi AbaThembu bengabakwaMvelase Ngqikazi zimnyama zingamankankazana Nyama kaMaqoqo Abayidla beyidonsisana Nina bakaMgidi wekhohlwa Nina bakaThakazelwayo Nina bakaMqolo Owadl’ omuny’ umqolo Nina bakaDidiz’ umkhaba Mkhomb’ olwadl’ eminy’ imikhombe Lwandl’ oluhambezintabeni Nina baseQhudeni Jozana olubomvan’ olundakandakana Qomond’ olumantinyane Olubuk’ umuntu lumethembise Sengathi luzomakkhel’ … Read more

Izithakazelo Nomlando WakwaZondi

Izithakazelo Zondi! Nondaba Gagashe! Luqa! Tetane! Lusibalikhulu! Nhlabisile kaGinindza kaNjapha KaNomaphindela kaNokhuva kaNdokoshe kaSidukuduku! Gasa ngokugasela izizwe Jangeni kaBhambatha kaMancinza Maguduzela owaguduzel’ izihosha nezihosha! Mabonw’ abulawe njengenyamazane! Mpunyumpunyu bemphethe Dudul’l amaBhunu Shibase! Umlando wabo Abantu bakwaZondi badabuka eSwazini kwisizwe sikaMmbo. LoZondi indodana kaLusibalukhulu yakhona kwaDlamini, yazala uNhlabintshiseko lona owagcina esenguZondi. UNhlabintshiseko kuthiwa waxabana nodadewabo, owabe … Read more

Izithakazelo ZakwaSibisi Nomlando Wabo

Izithakazelo Sibisi! Mahlase! Wen’ obhincis’ umuntu ngojojo Abanye bebhinca ngobuhlalo nobusenga Gumede! Izibisi zikaSishaka Mlom’ obomvu namachwane azo Bhovugana! Izingubo zokwembatha zikaZulu ezidla uselwa. Onkomo inezitho ezinhlanu, othanda ukuhlephula kwasayo kodwa kungapheli. Wen’ osilevu side singange sempongo. Izibisi zomshayi wodaka kuvele amanzi, kwavela uPhongolo Mlotshwa! Mncube! Nomashila kaMbango Nsuku kaMagawula Mavela! Nina bakwaZith’ ezinhlanu Othandayo … Read more