Izithakazelo zakwaMsane nomlando wabo

Izithakazelo: Msane! Majoka! Mthantathwa! Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka, Mgobhozi owehl’ entabeni, Vangise! Nonjonjo! Madl’ uvalo lwengonyam’ abanye bedl’ olwenkomo, Lombo kaLokothayo ongalokothwa, Delela, Mvune owavuna kuqala abanye bengakavuni, Joka lensimbi elingaphuki abanye bebophela ngawokhuni, Mtimande, Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi! Umlando Abantu bakwaMsane batholakala ezindaweni eziningi kuleli lakithi eMzansi. Isizwe sakwaMsane sinomlando ojulile kaZulu kusuka … Read more

Izithakazelo Nomlando wabantu BakwaMagubane

Nomose! Thole! Ndlandla kaKubheka! Jiyane! Malinga! Wen’ owalinga izintaba zaganana, Nhlun’ emhlophe, ingababomvu ngeyomlandakazi, Mzilankatha! Msenganduna namathokazi, Nongalo Wen’ ophika nelanga, Didiza, Msuthu wasenhla Zibaya! Wena wakwaMphahl’ emhlophe, ingabamnyama yeza nomlandakazi Wena wakwaNkom’inkone Zinja zafulathelan’ entabeni yakwaMagubane Wena wakwaThole Kungesil’ ithole lenkomo Kodwa kuyithole lomuntu. Umlando wabo Abantu kudala babesebenzisa amagama oyise babo ukuzibiza, ngalokho … Read more

Izithakazelo ZakwaZondi

Nondaba! Luqa! Gagashi! Tetani! Lusibalukhulu! Nhlabishile kaGininda KaNjapha kaNomaphindela KaNokhovu kaNdokoshe KaSidukuduku! Gasa ngokugasel’ izizwe Jangeni kaBhambada kaManciza Bhambada maguduzela Owaguduzel’ izihosha nezihoshana Mabonwa’ abulawe njengenyamazane Mpunyumpunyu bemphethe Ngimfung’ uBhambad’ eseNkandla Dudul’ amaBhunu Shibase! By: Mbusiswa Zuma Source: Izithakazelo Nezibongo ZakwaZulu

Izithakazelo Nomlando WakwaZwide

Mkhatshwa Zwide kaLanga! Soshangase kSothandose Ndwandwe waseGudunkomo Nina bakaMneme Nina bakaMashesh’ afike kuMashobana Nina bakwaNkokhel’ abantu Behlatshwa njengezinkomo UNozinyang engafiki Nina bakaNonhongoza Mnguni ongafiki ngomkhonto Nogwaza be ngahlonyulwa Sandla sivik umkhonto njengehawu Kukhal’ indoda namadojeyana Wena Ndwandwe ogwaze indoda wayishi ifile Langa! Umlando wabantu bakwaZwide ONxumalo kanye noNdwandwe bangabantu bandawonye. Imvelaphi yabo idabuka kubantu bakwaDlamini … Read more

Indian Newspapers in KwaZulu-Natal – 150 years of Indian Journalism

Contents 1 The First Publications 2 The Indian Opinion 3 Indian Views 4 The 1930’s 5 The 1940’s 6 Golden City Post 7 Sources The First Publications Much of the history of Indian South Africans can be found in the archives of printed media. All dimensions of the life of the Indian community, established around … Read more