Ashcombe House

Ashcombe House was one of the oldest homesteads in Pinetown, some 20 km northwest of Durban.  An existing plaque gives the date of the home of Martinus Laas as 1847. The original home had a thatched roof, later replaced by a tin roof. It is said at one time to have been occupied by Laas’s … Read more

Umlando Wabantu BakwaKhumalo

Izithakazelo Mntungwa! Mbulaz’ omnyama Abathi bedl’ umuntu bebe bemyenga ngendaba Abadl’ izimf’ ezimbili Ikhambi laphuma lilinye Lobengula kaMzilikazi Nina bakaMaqandela owawel’ izambezi ngezikhali Nina bakaNkomo zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome Nina enal’ ukudl’ umlenze Kwabulawayo Mantungw’ aluhlaza Mantungw’ amahle Nina bakaDonda weZiziba Nina bakaKhonyane Lulwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjane. Umlando Njengoba abantu bakwaKhumalo bephuma kuKhumalo obengumnewabo kaMabaso, … Read more

Umlando Wabantu BakwaHlongwa Nezithakazelo Zabo

Shozi! Hlophe! Khayisa! Ngangaz’ izulu! Nyathela kobhoboka Fihlela! Hlela! Majozi! Kwathi amabhunu namaZulu eselwile, uFynn wase ebuyela emuva eMzimkhulu. Ebona amaHlongwa ukuthi kuyingozi ukuzihlanganisa nalomuntu, anquma ukuzihlukanisa naye besabela izimpilo zabo ukuthi bazohlaselwa. Kwathi sekubusa iSilo sakwaNodwengu KwaZulu, lawo maHlongwa abuyela emuva kwabakubo eMzumbe eseholwa nguJoli kaMjulela. Ngenkathi esebuyela emuva uJoli kaMjulela ukuyolekelela iSilo saseMgungundlovu, … Read more

Umlando Ngokuhlukana Kwesibongo SakwaMeyiwa NoMsomi

Lapha sibheka umlando ngesibongo sakwaMsomi ukuthi bahlukana kanjani phakathi kuze kubekhona abakwa Meyiwa. Sibe nengxoxo noBaba Cabangela Meyiwa ohlala endaweni yaseNanda, kaBester. Ubaba uMeyiwa usixoxela ngokuhlukana okwenzeka eMaSomini. Ngokwesintu umnumzane uyaba nesithembu. Esithenjini kubakhona undlunkulu kanye nondluncane. Uma kwenzeka kube khona umakoti ekhaya ekufanele aphume kuvamise ukuthi kube omncane. Kodwa kwakungavamile ukuthi kuhlukwane ngokuhlala. Umnumzane … Read more

Umlando Nezithakazelo ZakwaMngwengwe

Mngwengwe kaZitha kaNyamande Nyama kayishi, isha ngomphephezelo. Abehla ngomsungulu wasala wabola Umlando wabo: Abantu bakwaNgwengwe bavela enkabazwe lapho bephuma khona.Behla njalo ngasogini oluseMpumalanga baze bafika lapho kuseMozambique base besabalala abanye badlulela eSwazini baqhubeka abanye laba esesibathola kwaZulu. Inkosi yaso lesi sizwe yayikade inamadodana amabili angamawele. Kwenzekile ke elidala laqonywa yintombi. Lamawele abefana ngalendlela yokuthi bekunzima … Read more

Mariannhill 1882-1982 – Umlando Omfishane

Mariannhill 1882-1982 – Umlando Omfishane Lendawo kanye nomsebenzi weze-Vangeli osisabalele emagumbini omhlaba iyohlala ithintene negama li-kaAbbot Franz Pfanner owabe eyindela eliTalabhisi. Wazalwa ngo-September 20, 1825, ngumlimi waseLangen, eduze kwaseBregenz ewlaseAustria. Walizwa ibizelo lokuhamba ayosakaza iVangeli khona esafunda eSiminary aseBrixen. Abakhulu bakhe kabamkhutha-zanga kulokho ngenxa yempilo eyabe ibuthka. Ngo-1863 Ufata Pfanner wazinqumela ukungena esigodlweni sama Talabhizi … Read more