IsiZulu idioms

This is a list of IsiZulu idioms by¬†Nelisiwe Hlongwane. Ukudla mfundambili njengemboma: Ukufuna izinto zonke zibe ngezakho, ukuba yigovu Ukubuya nempande yesikhova: Usuke ungazuzanga lutho Ukufinya ngolimi njengenkomo: Ukweswela izinto eziwusizo, ukuba hlwempu Ukusenga ezimithiyo: Ukuqamba amanga Ukudla wesulele phansi njengenkukhu: Ukwenza izinto ube uphika Ukuqaphe eqolo njengonwabu: Ukuqikelela noma iyiphi ingozi engase ikwehlele Ukuba … Read more