Izimu
Kwesukasukela! Cosi! Kwakukhona! Sayipheka ngogozwane ibhodw’ elincane umancishane. Kwakukhona umama ehlala nengane yakhe. Kulendawo ababehlala kuyo yayinamazimuzimu. Umama wayethi uma esemsebenzini ayishiye yodwa ingane. Wathi umama kuyo uma sengibuya ngizothi ‘imina mtanami, imina umama wakho.’ Ngicela ungavuleli muntu lapha endlini ngize ngibuye. Nangampela kwasa ngakusasa wahamba umama. Kanti izimuzimu lizwile. Lathi ngilambe kanje ushiya ingane … Read more