Isipini tophu
Isipini tophu umdlalo odlalwa kakhulu ngabafana kodwa kwezinye izindawo namantombazane ayawudlala. Lomdlalo udlalwa abantu ababili noma ngaphezulu. Uma uzodlala lomdlalo kufanele ube nesipini tophu, nentambo ephothiwe ubude bayo buba yimitha noma ngaphansi. Esikhathini sakudala abafana babezakhela okuthi akufane nesipinithophu kodwa futhi siyatholaka nasezitolo ngemali elinganiselwa e-R1,50. Okunye okuqaphelekayo ngaso ukuthi ngesikhathi sakudala zazakhiwa ngokhuni kodwa … Read more