Durban’s Elephant Sculpture

Earlier this year the elephants sculpture located in the city’s Warwick Precinct was again vandalised. This shocking and destructive act has led to the decision to have the sculpture relocated to the beach promenade. Earlier incident The sculpture by artist Andries Botha is made out of a wire frame filled with stones. This artwork was … Read more

Ubani u-Okmalumkoolkat?

USmiso Zwane odume ngelika Okmalumkootkat, wazalwa mhlaka 27 Julayi 1983 elokishini laseMlazi, eThekwini. Unguculi we-rap, abe ngumbhali wamaculo, abe wumdansi wezitayela aphinde abe yilungu neqembu lababili i-Dity Paraffin esebenzisana noZamani Xolo odume ngelika noDokta Spizee.  Ngemuva kokuphothula iziqhu zakhe ze-Art Design eVega School of Communication, wabhekisa amabombo eGoli ukuveza ithalente lakhe. Egoli ilapho ahlangana khona … Read more

Izinyoni zezulu

Ziningi izinto umuntu akhule etshelwa ngazo. Lezi zinto zazishiwo abantu abadala ukusifundisa kabanzi ngempilo nangemvelo.  Imfundiso engumkhombandlela wesimo isithile noma isimo okumele sisiqikelele. Lokhu kuphinde kube yindlela yokudlulisa ulwazi ngosikompilo lwesintu.  Sikhule kunezinyoni obekuthi uma zibonakele noma zakhala kusho isimo sezulu esithile sezulu esizayo. Kulezi zinyoni ngingabala kuzo uthekwane, insingizi, ufukwe kanye nenkonjane. Uthekwane udume … Read more