Ikhwelo kubathwebuli bezithombe: Call for ‘social wealth’ photos

Inhlangano ihlose ukukhuthaza nokuxhasa abathwebuli bezithombe bomdabu abasafufusa, abathuthuka umsebenzi wabo. IMajority World ifuna ukuqinisekisa ukuthi izimpilo zalabo abasezindaweni ezivame ukuhlotshaniswa nokuhlupheka nobuphofu ziyathathwa ngabathwebuli bezithombe abangase bakwazi ukunikeza izinto ezintsha, kwesinye isikhathi izithombe ezingabonakali kweziboniswa kwimidiya ejwayelekile. IMajority World isinyathelo somhlaba wonke esasungulwa ngokubambisana phakathi kweThe Drik Picture Library ye Bangladesh kanye neVision e-UK … Read more