Inhlolovo ye-Ulwazi Programme / Ulwazi Programme Survey

Inhlolovo ye-Ulwazi Programme
I-Ulwazi Programme eyabasebenzisi bayo. Imibhalo yethu siyibhalela wena futhi sithanda ukwazi ukuthi uthanda ukufunda ngani. Sicela usazise ngokugcwalisa le nhlolovo (CHOFOZA LAPHA) ukuze ube sethubeni lokuwina i-airtime ka-R250!

Ulwazi Programme Survey
The Ulwazi Programme is about its users. We write articles for you and want to know what you want to read about. Please let us know by completing this survey (CLICK HERE) and stand a chance to win R250 airtime!

Continue Reading

Umhlonyana, Umkhehlo noMemulo

Njengesizwe esinsundu ukukhula kumuntu kunezigaba zakhona kusuka ebuncaneni kuze kuba umuntu usemdala, ngokwesiko ke uma umuntu ekhula kunemigubho noma imicimbi eyenziwayo ekhaya yokukhula kwakhe umuntu loyo. Kuleli khasi ke sibhunga ngendaba yokukhuliswa komuntu wesimame, ikakhulukazi sithinta indaba yomehluko phakathi ko mhlonyana, umemulo kanye nomkhehlo njengoba konke lokhu kungafani kodwa kube kuphatha indaba yokukhula. Ngike ngabuza […]

Continue Reading
A scene from the opera, uZiyankomo

Zulu History Inspiring the Classics!

One wouldn’t normally associate classical music with the history of the Zulu monarchy, but the Zulu royal families (like any kingdom anywhere in the world), are full of dramatic tales that make for the perfect inspiration for a classical composer. Or at least that’s what Durban-based Warren Bessey seems to think! Bessey has taken the […]

Continue Reading

Supporting Phansi’s Africademy

A few weeks back SAFM had a really interesting discussion with Paul Mikula, architect and managing trustee of the Phansi Museum in Glenwood. Mikula’s passion for the ubuntuART Museum that’s housed in Roberts House, the building that accommodates Phansi, is infectious. Mikula spoke about everything from the changing of their address from Frere Road to Esther Roberts, and […]

Continue Reading

Uthando

Uthando luyimvelo. Uthando luyamangaza. Uthando luyabekezela. Uthando luhle futhi lulungile luze lukhuthazwe incwadi engcwele. Ukushodelwa wuthando kuvame ukuba nomthelela omubi empilweni yomuntu. Lokhu kusicacela imihla nemihla. Iqhawe laseNingizimu Afrika uNelson Mandela naye waze waphimisa wathi uthando lufika kalula enhliziyweni yomuntu. Asivume ukuthi uthando lumelwe wukugujwa nokunakekelwa. Ngale misho, ngethula inkondlo ka-Anele Buthelezi waseHammarsdale, lapho khona […]

Continue Reading

Amagama asuselwa esimweni sokuzalwa komntwana

Sisaqhuba kuyona ingosi ngokuchaza ngempande yamagama abantu ngokwesiZulu. Kulena, siveza ngamagama okuqanjwa komntwana ngokubheka isimo azalelwa kuso. Ngokuloba kukaNdimande (2001), kubantu abangamaZulu, eqinisweni kubeNguni nje bebonke, ngokwenqubo yakhona, kuyaye kube khona izinto ezingakhulumeki noma zixoxeke. Lezi zinto ziyaye zivele ngokuthi kwethiwe abantwana amagama axoxa ngazo, ikakhulukazi izinto ezifana nokukhulelwa kwentombazane ingazi ukuthi ikhuleliswe ngubani, kanjalo […]

Continue Reading

Gcwalisa Mabhida

Kulenyanga ka Nhlolanja indaba esematheni yindaba yase Moses Mabhida, lapho insizwa yakwa Mpungose ebizwa ngo Khuzani izobe ibambe inqophamlando womcimbi obizwa ngokuthi “Gcwalisa iMabhida” la okuzobe kukhona izinqwele zamaciko omculo wesintu. Lomcimbi ungundaba mlonyeni ebantwini njengoba kuyisenzo sokuqala lesi ukuthi umculi ka Maskandi ezobe ezama khona ukugcwalisa lenkundla la kuzobe kushiyelana khona amaqhawe alomculo inkundla. […]

Continue Reading