Inhlolovo ye-Ulwazi Programme / Ulwazi Programme Survey

Inhlolovo ye-Ulwazi Programme
I-Ulwazi Programme eyabasebenzisi bayo. Imibhalo yethu siyibhalela wena futhi sithanda ukwazi ukuthi uthanda ukufunda ngani. Sicela usazise ngokugcwalisa le nhlolovo (CHOFOZA LAPHA) ukuze ube sethubeni lokuwina i-airtime ka-R250!

Ulwazi Programme Survey
The Ulwazi Programme is about its users. We write articles for you and want to know what you want to read about. Please let us know by completing this survey (CLICK HERE) and stand a chance to win R250 airtime!

Continue Reading 0

Ukunyathela Uselwa

Miningi imikhosi yesintu yesiZulu ebigujwa neminye esabungazwa kumanje, okungabalwa kuyo umkhosi wakomkhulu obizwa ngoMkhosi woMhlanga, kube uNomkhubulwane kanye neminye eminingi. Lomkhosi omkhulu wabe ugujwa iminyaka yonke ekungeneni kwekwindla ngenyanga kaMasingana. Lo mkhosi usho ukuqala ukudla ukudla okusha. Bekunomthetho wokuthi inkosi kuqala emaya ukudla okusha nalapho ibingaveli yenze nje, kodwa bekunomgudo olandelwayo. Inkosi ibingakudli nhlobo lokudla kuze kufike […]

Continue Reading 0

Amaphikankani

Indawo yaKwaMashu idume njengelinye lamalokishi adume ngobugebengu nodlame oludlangile cishe iNingizimu Afrika yonke. Kepha lesithombe kasiphelele. Yize kuyiqiniso ukuthi indawo yakwaMashu – ebuye yaziwe ngokuthi ises’nqawunqawini – ikhungethwe yizinselelo eziningi eziphazamisa ukuphepha kwezakhamuzi zakhona, kuningi okuhle okungatholakala kubantu balelokishi. Kwazise phela ukuthi leli lokishi selike lakhiqhiza abantu abaningi abaziwayo kuleli okubalwa kubo uNgqongqoshe uJeff Radebe, […]

Continue Reading 0

Iculo likaNkosazana Magogo

UNkosazana Magogo usomaciko owazalwa yiNkosi yakwaZulu uDinuzulu noNkosikazi Silomo, ngonyaka ka-1900. UNkosazana Magogo ngumama kasopolitiki uMntwana uMangosuthu Buthelezi. Abalobi bomlando bayibabaza kakhulu indima kaNkosazana Magogo kwezobuciko baseNingizimu Afrika. Wayaziwa kakhulu ngomculo nangezinkondlo. Ngokubika kwe-sahistory.org.za, kuthiwa uNkosazana Magogo ungumsunguli womculo wesintu kanti wayephiwe kakhulu ekushayeni isigubhu nesithintolo. Ngike ngaba nethuba-ke lokubuka nokuqopha uZawat Yemungu, umculi nomlandeli […]

Continue Reading 0

Vat en Sit

Following on from our earlier discussion on customary marriages, cohabitation or ‘vat en sit’ is another construct worth examining. With tough economic times, many young people are putting off lobola negotiations, and choosing instead to cohabitate, sometimes under the mistaken belief that if they live together for a certain number of years, their relationship will […]

Continue Reading 0
Wife of HHP, Lerato Sengadi, in court

Requirements for a Customary Marriage

Earlier this month traditional marriages came under the spotlight when the widow of hip-hop star, HHP, had to argue in court that the legal requirements for her customary marriage to be acknowledged had been met. The father of Jabulani ‘HHP’ Tsambo, was arguing that because lobola hadn’t been paid in full, and that the ceremony which […]

Continue Reading 0

Amabutho akwaZulu

Njengoba sazi ukuthi uZulu ubelwa izimpi emandulo, bekunamabutho abuthwe yinkosi okuyiwona ayedla amafokazana ngejozi empini. Kuleli khasi sithi qaphu ngawo lama butho akwethu namakhosi ayengaphansi kwawo. Kukhona ke nokudideka okuncane ngamanye amabutho njengoba amanye ayethathwa amakhosi athile kwamanye, noma ayengenwa yinkosi ethile emva kokukhothama kwenye.   AweNkosi uSenzangakhona                           AweLembe eleq’ amalembe Iwombe (uMbelebele)                                     UFasimba IziMpohlo […]

Continue Reading 0