Ukuhlinzwa kweNkomo III

Kulamakhasi adlule (lapha nalapha), kuvezwa inkomo ihlatshwa, yethiwa igcine ngokuhlinzwa kwayo. Okwehlukile kuleli khasi kulawa amanye ukuthi lana ivezwa isihlinziwe futhi isihlahlelwa esibayeni. Emva kokuba inkomo ihlatshiwe yahlinzwa yaqedwa, ihanjiswa exhibeni la ebekwa khona. Okubalulekile ukuthi sikuveze la ukuthi inhloko yona ihlahlelwa ngelanga elilandelayo, okuyilanga lomcimbi nqo! Nokuyilapho ekhishwa khona exhibeni ngogqoko noma isithebe bese iyohlahlelwa ngaphandle ngelanga lomcimbi ekuseni.

 Brief Overview

This article is the last one that shows the video of the cow being slaughtered for the ceremony. The first and second articles only showed certain portions of this process, while this part shows the end of the process

, ,

No comments yet.

Leave a Reply