Tag Archives | Personal Histories

Umlando ngabantu ababehamba amabanga amade ukufuna umsebenzi

Ngixoxisane noMnumzane Zithulele Shange mayelana nezinto zokuhamba ababezisebenzisa ezikhathini zakudala. Uthi ukhumbula ukuthi uqale ukuhlakanipha ugogo wakhe egibela iloli lakwaMoya kodwa futhi babekujwayele ukuhamba ngezinyawo amabanga amade uma beya ezitolo noma bevakashela izihlobo zabo, nezinkomo babezilusela kude ngoba babelandela utshani olubuhlaza ukuze izinkomo zisuthe. Uma beya ezitolo bebethenga endaweni yaseNkambathawini (Camperdown). Kwaze kwabakhona iloli elalibathatha ngasemakhaya libayise […]

Continue Reading Comments { 0 }

Umlando kaNcheleni Lizzy Sibiya – Isishoshovu somphakathi waseCongo, Inanda

Umlando Sixoxisane noKhindi Nelisiwe Sibiya oyingane kaMkhokheli Nchelani Lizzie Sibiya. Wayaziwa ngokuthi uMkhokheli. Wazalelwa endaweni yaseKranskop esigodini saseMabovini ngonyaka ka 1930 wakhulela khona, wagana wathola izingane iziyisithupha, ezine zazo zesashona. UNelisiwe uyingane yokugcina. Ngemuva kokudlula emhlabeni kukamyeni kaNcheleni Lizzie Sibiya wabona ukuthi akafudukele edolobheni laseThekwini ukuze akwazi ukusebenza ondle izingane zakhe. Wafikela endaweni yaKwa Mashu […]

Continue Reading Comments { 0 }

Umlando kaKhuzimpi ‘Mdaka’ Shezi

Mhla zingu 9 March 2011 sibenengxoxo noMnumzane Elphas Mdingiswa Shezi owazalwa ngomhlaka 1 July 1966 ongumfowabo wokugcina ezinganeni zikaMaMgwaba Shezi ozala uKhuzimpi. UKhuzimpi Raphael Shezi wazalelwa endaweni yaseMzinto esigodini saseMthethacala kwaMbiyane. Igama ayaziwa noma ebizwa ngalo izinsizwa uMdaka. Wazalwa mhlaka 9 kuNtulikazi ngonyaka ka1958. Uyise kwakunguLanga Shezi unina kunguAgnes Lali Mgwaba, babusiswa ngezingane eziyi 13. Kungabafana […]

Continue Reading Comments { 0 }

AWG Champion

Youth Allison Wessels George Champion was born the 4th December 1893 at Sans Souci School, Lower Tugela, Natal. His father whose native surname was Patiya Mhlongo, had been adopted by an American Board Missionary and given the surname of Champion. The young Champion attended school at Amanzimtoti Training Institute, where he became known as a […]

Continue Reading Comments { 0 }

August Hammar – Government Surveyor, 1890-1915

Contents 1 Swedish Oskarsberg Mission 2 Soldier 3 Surveyor 4 Adventurer 5 Artist Swedish Oskarsberg Mission Augustus Hammar, a 22-year-old newly qualified civil engineer from Sweden, arrived in Durban in January 1879. Not being able to afford the post cart fare to the Transvaal, he set out on foot to the Swedish Church Mission at […]

Continue Reading Comments { 0 }

Avela Zuma Family History

I was born at Prince Mshiyeni Memorial Hospital in Umlazi and the year was 10 August 1996. The time was 16:30 on a Sunday afternoon. I reside at Folweni Township where where I live with my family. Thembeka Zuma is the name of my mother. She was born on the 18 of August 1961, at […]

Continue Reading Comments { 0 }