Tag Archives | Imithi yesintu

Attraction Spell (Umlomo Omnandi)

Umlomo omnandi dramatically improves your “curb appeal”. This spell brings your inner beauty to the surface, allowing others to see your sex appeal, your intriguing personality, and your beautiful qualities. Not only will you feel better about yourself, but when stares and compliments come your way, your self-confidence will soar, and you will feel on […]

Continue Reading Comments { 0 }

Zulu Attraction Spell (Umlomo Omnandi)

Umlomo omnandi dramatically improves your “curb appeal”. This spell brings your inner beauty to the surface, allowing others to see your sex appeal, your intriguing personality, and your beautiful qualities. Not only will you feel better about yourself, but when stares and compliments come your way, your self-confidence will soar, and you will feel on […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ukusetshenziswa Kwesihlahla uRosilina (Rosemary)

Isihlahla uRosilina (Rosemary) esikhathini sakudala sasitshalwa emapulazini nasezindaweni zabelungu. Lesihlahla sisetshenziswa kakhulu ngabelaphi bendabuko okuyizangoma nezinyanga. Lesihlahla senza umuthi wenhlanhla uma sesithakwe neminye imithi. Loluhlobo alutholakali kakhulu ezindaweni ezihlala abantu abamnyama. Okubalulekile ngalomuthi ukuthi abantu abawusebenzisayo akufanele beqe isithako noma isikhathi esibekelwe ukusetshenziswa kwawo ngoba kuthi uma wenze lelophutha awube usakulethela izinhlanhla lezo obuzilindile kodwa […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ukusetshenziswa Kwesihlahla Somdoni Ukulapha Izifo

Isihlahla somdoni isihlahla sezithelo ezidliwayo futhi simila endaweni engasemfuleni kodwa uyakwazi ukuthi uphinde usibone emzini womuntu sitshaliwe. Ngibe nengxoxo noMama Bongi Mzimela ohlala endaweni yaseCongo, eNanda. Lesihlahla somdoni isihlahla esasikhona ngisho emandulo kusaphila okhokho bethu. Izingane zakuqala zazithi uma ziphuma ukokha amanzi zidle izindoni kuzo, namanje ezindaweni zasemakhaya zisakwenza lokho. Izihlahla nokuhlukana kwazo siyazi ukuthi […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ukusetshenziswa Kwesiduli Ekhaya

UMama uBongi Mzimela ohlala endaweni yaseCongo, eNanda ongowokudabuka kwaZulu usichazela ngesiduli kanye nemisebenzi eyayenziwa ngaso ezikhathini zakudala okusaqhubeka nokwenziwa namanje yilabo abanalo ulwazi ngaso. Isiduli sitholakala kakhulu ezindaweni ezingamahlathi noma izintaba. Isiduli singasichaza njengenhlabathi eqoqekile yenziwa igqumana nje, sihlala isilwanakazana esaziwa ngokuthi umuhlwa. Imisebenzi yesiduli Ezindaweni zasemakhaya njengoba sazi ukuthi izinto eziningi bayazenzela bona ngokusebenzisa […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ukusetshenziswa Kwamafutha Enhlwathi Ngabantu

Ziningi izinto ezisetshenziswa ekhaya uma kunomuntu ongaphilanga ekungaba izitshalo, imfuyo, izilwane zasendle njalonjalo. Abantu ulwazi lokusetshenziswa kwalezinto bacobelelana ngalo emindenini yabo kodwa olunye lwaziwa yilabo abangabelaphi bendabuko, izangoma nezinyanga. Lapha sikhuluma noma sibheka indaba kamama othi wazibonela lenyoka ikhishwa amafutha ayo nokusetshenziswa kwamafutha enyoka inhlwathi. Kuthiwa ukubona lenyoka kuyinhlanhla enkulu. Lenyoka akujwayelekile ukuthi ihambe yodwa […]

Continue Reading Comments { 2 }