Tag Archives | Ekhaya

Ukuphilisana kwabantu

Ukulunywa yinja Uma umuntu elunywe yinja yakwamakhelwane, ubeyakhona kulowomuzi bese bethatha uphuthu belininda esilondeni lapho elunywe khona yinja. Kuthe ngemuva kwesikhashana bese lolophuthu beluphonsela inja ukuze iludle. Uma ibaleka ingafuni ukudla bebeyibamba ngenkani beyifake lona emlonyeni, bese bewuvala umlomo ukuze baqinisekise ukuthi iyaludla futhi iyalugwinya loluphuthu. Babenzela ukuthi lowomuntu angajwayelwa ukulunywa yilenja yasekhaya. Bese beyibamba […]

Continue Reading Comments { 0 }

Pickles Recipe

Pickles: An additional taste to food Although pickles are a common cross culture trend in food consumption and flavouring, the history of pickles dates back to India when cucumbers were sliced and stored in a brine solution with spice and fermented to be eaten with food as an additional flavouring to enhance taste. When the […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ngokwesintu Ukuhlukanisa Kwabantu Abaganene Akuvumelekile

Ngokwesintu bebengahlukanisi abantu uma kade sebeganene noma sebelobolene. Umakoti losuke egane kulowomuzi, akayena owendoda yakhe kodwa kusuke kungowedlozi lakulowomuzi ngoba uma kusaqala zonke izingxoxo zamalobolo idlozi liyabikelwa ngempepho abakubo kamkhwenyana nabakantombazane nabo bayabika empepheni nabo. Sizokhumbula ukuthi umakoti uma engeniswa emzini uthelwa ngenyongo okunguphawu lokumxhumanisa namadlozi omuzi njengomuntu ozogana noma ozovusa umuzi. Ziyabakhona izinto ezingenza […]

Continue Reading Comments { 0 }

Zulu beer

Zulu Beer – Utshwala besiZulu Zulu beer is an alcoholic beverage which is brewed mostly by women, over a three-day period. The brew is made by some Coloured families in Mariannridge who still practice their Zulu customs and traditions. Zulu beer is made for funerals, weddings, feasts and other traditional occasions. Zulu beer is a […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ukwakhiwa Kwamaqhugwane

Ukwakhiwa kwezindlu zasemandulo ezaziwa ngamaqhugwane noma ngoguqasithandaze ngenxa yeminyango yazo emifishane kwekungeyona into eyayithatha isikhathi eside. Abantu babenenkolelo yokuthi uma befihle amakhanda abo kuphelile. Lapha sibheka ukwakheka komuzi womnumzane lapho eqala ukuphuma umuzi wakhe nokuthi akheke kanjani wona amaqhugwane. Ngalezozikhathi okunye okuphawulekayo ukuthi abantu babakha izindlu ezifanayo wayengabonakali odla izambane likapondo nalowo ekulala ikati eziko […]

Continue Reading Comments { 0 }

Ukwakheka Kwesigodi, Ukuqanjwa Komuzi Wesibongo Esisodwa

Isigodi indawo eyakhelwa ngabantu besibongo esisodwa isikhathi esiningi. Bese beba nomholi wabo okuvamise ukuthi kube ngumuntu omdala kubona ogcina eseyinkosi yabo. Labantu iningi labo liyazalana ngenxa yesibongo esifanayo kodwa futhi kuyenzeka kubekhona nabafika bezocela indawo yokuhlala endaweni bengebona abozalo lwakulowomuzi. Ezindaweni zasemakhaya abantu bayasikelwa indawo yokuhlala ngumholi womphakathi noma ingane uma isikhulile isisezingeni lokuqala umuzi […]

Continue Reading Comments { 0 }