Funda ngolimi lwakho, efonini yakho / Learn in your language, on your phone

isiZulu Kubantu abayizigidi eziyizinkulungwane ezingu-1.3 ezwenikazi lase-Afrika, ucabanga ukuthi bangaki abakhuluma isiNgisi, isi-French, isi-Jalimane noma olunye ulimi lwaseYurophu njengolimi lwabo lokuqala? Yize lezi zilimi zijwayelekile kwezamabhizinisi, ezemfundo, ezokukhangisa kanye ne-inthanethi, kungakumangaza ukwazi ukuthi u-0.5% kuphela wabantu base-Afrika abakhuluma isiNgisi njengolimi lwabo lwebele. Kusobala kukhona ukunganakwa kwezilimi zase-Afrika. Ingakho-ke iDiji – inkundla yokufunda nge-inthanethi ngezilimi zase-Afrika … Read more

Patty Nokwe

Musician and performer Patty Nokwe was born in Eshowe on 26 June 1931. She attended St Michaels School where she participated in the school choir and studied further at M.L. Sultan Technikon. Patty married the late playwright and musician Alfred Nokwe in 1954. Their two children Tu and Marilyn are also musically talented. Nokwe’s vocal … Read more

Uhlonyuliswe ngeGrammy Award uBlack Coffee

Umculi odume kakhulu eNingizimu Afrika kanye naphesheya kwezilwandle uMnu Nathi Maphumulo odume kakhulu ngelika Dj Black Coffee uzithole eseqopha umlando ngokuhlonyuliswa ngendondo yeGrammy. Umcimbi wezindondo zamaGrammy zibanjelwa ezweni lase Melika “United States of America” kanti ke lapho kusuke kuhlonyuliswa abenze kahle emculweni futhi umculo wabo othakaselwa umhlaba wonke jikelele. Lokhu kusho ukuthi umsebenzi kaNathi Maphumulo … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni u-Alice Street kwaba uJohannes Nkosi Street

U-Alice Street waqanjwa ngegama likaGrand Duchess u-Alice Maud Mary waseHesse, indodakazi yesibili yeNdlovukazi uVictoria noPrince Albert. Wazalwa ngo-1843 eBuckingham Palace futhi wabhapathizwa nguMbhishobhi Omkhulu waseCanterbury. U-Alice wagcina eshade neNkosana uLouis waseHesse (iHesse kwakuyisifunda esiseMpumalanga yeJalimane) kepha hhayi ngaphambi kokuncelisa ubaba wakhe ngesikhathi somkhuhlane omncane we-typhoid owathatha impilo yakhe. UJohannes Nkosi wayengomunye wabaholi bokuqala beqembu lamaKhomanisi … Read more

IBluff Headland

IBluff Headland imaka umkhawulo osenyakatho-mpumalanga wohlelo lweBluff Dune. Lapho seliphezulu kakhulu, lezi zindunduma zikhuphukela kumamitha angaba ngu-80 ngaphezu kogu lolwandle. IHeadland imaka isango elisempumalanga elisolwandle eliya eThekwini futhi  isendaweni emaphakathi kakhulu futhi ebonakalayo endaweni yedolobha elikhulu. Isizinda esingokomlando IBluff Headland igqame kakhulu kuwo wonke umlando weTheku. Indawo yokuqala yokuhlala abantu eThekwini kwakuyisizwe sakwaLuthuli eBluff. Ukubaluleka … Read more

UCaroline Smart

UCaroline Smart ungumhleli we-artSMart, ubesebenza iminyaka engu-30 emkhakheni wezobuciko eThekwini. Ungumsakazi onamava, umbhali wephephandaba futhi ungumethuli nomethuli wezinhlelo zethelevishini. Ngomsebenzi wakhe kwabezindaba, wakhe inethiwekhi eqinile nehlaba umxhwele. Wawina izindondo zokuba,ngumlingisi , ukwethula izinlhelo kuthelevishini, umsakazo nomlingisi wamafilimu futhi ubambe iqhaza cishe kuzo zonke izici zobuciko bokwenza kusukela ekubhalweni kwezikripthi, ekuqondisweni kwedrama esiteji nasemsakazweni, nanjengomculi nomqeqeshi … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uNorthern Freeway kwaba uRuth First Freeway

Umgwaqo u-M4 Northern Freeway uhlanganisa iTheku namaphethelo asenyakatho ne-KZN North Coast (ngenkathi uM4 Southern Freeway uxhuma i-CBD nesikhumulo sezindiza i-Durban International kanye ne-KZN South Coast). Umgwaqo onguthelawayeka waseNyakatho wumgwaqo obalulekile osendleleni eya edolobheni futhi wagcina ukwenziwa ngcono ngo-2004. Isithombe ngakwesobunxele sikhombisa iDurban North ngawo-1930, kulokho okwakuzoba yiNorthern Freeway. URuth First wazalelwa eGoli ngo-1925. Wajoyina iqembu … Read more