Ihubo

Ihubo

Kulengosi, ngikubeke kwasobala ukuthi siveza imibukiso yokwenzeke ngenkathi kunehlambo emzini wako Sothole, lana ke siveza amahubo abehutshwa kuwo lomcimbi. Ukuhuba lokhu njengokushaya ushameni enye yezinto esiziqhenya ngakho thinandlu kaSenzangakhona. Ngike ngakubalula futhi ukuthi ngitshengisa imibukiswano etshengisa ngqo! obekwenzeka ekhaya, lana kuvela imibukiso emibili kuhutshwa izinsizwa zeneme, ngithi nawe sina uzibethele ubuke ubuhle bonyawo lukaZulu enza into yakhe ngokuzigqaja nentokozo.

 

Brief Overview

This article shows two videos of traditional hymns that were sung during the traditional ceremony (ihlambo) that was hosted by the Langa family. Please enjoy this unique and intriguing insert!

, , ,

No comments yet.

Leave a Reply